Umnyango wezemfundo unikela ngamabhasi.

Abafundi basequdeni emabhuqwini enkandla enyakatho yakulesisifundazwe sebezokuthola kulala ukufinyenyelela ezikoleni.

Lokhu kwenzeka njengoba umnyango wezemfundo esifundazweni wethula ngokusemthethwni amabhasi azothuthu abafundi okuqale ngesonto eledlule.

Oyisikhulumi somnyango uMuzi Mahlambi uthi bazophinde balalele ezinye izikhalo lomphakathi onazo.

-Lindelani Mbatha

Share