More featured topics

Protesters shut-down businesses and block roads calling for a shop they accuse of selling stolen car parts to be shut down in Isiphingo south of Durban.

The group says there is an increase in car hijackings in the area, accusing the shops owners of buying parts from thieves.

-Sthulile Mdletshe

22/05/2018

Henri van Breda has been found guilty on all counts of murder and attempted murder in the Western Cape High Court.

Van Breda hacked his parents and brother to death while his sister survived his attack.

21/05/2018

Ijaji ecaleni elibhekene noHenri van Breda osolwa ngokubulala abazali bakhe nomfowabo eWestern Cape ... lithi amanxeba atholakala emzimbeni kamsolwa ngosuku okwabulawa ngalo 
abazali bakhe... kuyacaca ukuthi wazilimaza yena.

uVan Breda uyakuphika ukuthi nguye owagengca abazali bakhe nomfowabo ngembazo wababulala.

21/05/2018

Umengameli uCyril Ramaphosa uthi uhulumeni uzibophezele ukuqeda ububha kanye nobuphofu kuleli.

uRamaphosa ukhulume kanje ngesikhathi esayinda ukuzibophezela kumkhankaso iThuma Mina eLuthuli house eGoli.

Uthi lomkhankaso uzoqeda ukungalingani emphakathi kanye nokucwasana ngokubuhlanga.

-Lindelani Mbatha

21/05/2018

Umholi we-APC uThemba Godi uthi bayaphikisana nesiphakamiso sikaKgalema Motlanthe owabe engumengami, sokuba kuthathwe umhlaba ongaphansi kwamakhosi ngaphandle kwenkokhelo.

UGodi usho kanje kulandela umhlangano we-ANC obuhleli eBoksburg eGauteng, ukudingida udaba lokuthathwa komhlaba ngaphandle kwenkokhelo kulempelasonto.

21/05/2018

Pages