Latest featured topic

Henri van Breda has been found guilty on all counts of murder and attempted murder in the Western Cape High Court.

Van Breda hacked his parents and brother to death while his sister survived his attack.

21/05/2018

More featured topics

Ijaji ecaleni elibhekene noHenri van Breda osolwa ngokubulala abazali bakhe nomfowabo eWestern Cape ... lithi amanxeba atholakala emzimbeni kamsolwa ngosuku okwabulawa ngalo 
abazali bakhe... kuyacaca ukuthi wazilimaza yena.

uVan Breda uyakuphika ukuthi nguye owagengca abazali bakhe nomfowabo ngembazo wababulala.

21/05/2018

Umengameli uCyril Ramaphosa uthi uhulumeni uzibophezele ukuqeda ububha kanye nobuphofu kuleli.

uRamaphosa ukhulume kanje ngesikhathi esayinda ukuzibophezela kumkhankaso iThuma Mina eLuthuli house eGoli.

Uthi lomkhankaso uzoqeda ukungalingani emphakathi kanye nokucwasana ngokubuhlanga.

-Lindelani Mbatha

21/05/2018